1 Chronicles 1:46 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wafa uHushamu; uHadadi, indodana kaBedadi, owanqoba abakwaMidiyani ethafeni lakwaMowabi, waba yinkosi esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyi-Aviti.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UHushamu wakhothama; esikhundleni sakhe kwabusa uHadadi, indodana kaBhedadi, owanqoba abakwaMidiyani esifundeni kwaMowabi. Igama lomuzi wakhe kwakuyi-Avithi.