1 Chronicles 11:21 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kulaba abathathu wayetusekile kunababili, waba yisikhulu sabo, kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Nguye owanconywa kakhulu phakathi kwabangama-30, futhi waba ngumkhuzi wempi yabo, akafinyelelanga nokho kwabathathu bokuqala.