1 Chronicles 17:10 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kusukela emihleni engayaleza ngayo abahluleli ukuba babe phezu kwabantu bami u-Israyeli; ngiyakunqoba zonke izitha zakho. Futhi ngiyakutshela ukuthi uJehova uyakukwakhela indlu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kusukela emihleni engamisa ngayo abehluleli ukuba babuse abantu bami u-Israyeli, ngiyakuzinqoba zonke izitha zakho. Ngiyakutshela futhi ukuthi uSimakade uyakukwakhela indlu yakho.