1 Chronicles 6:15 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha uJehosadaki wamuka lapho uJehova ethumba uJuda neJerusalema ngesandla sikaNebukadinesari.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kodwa uJehozadaki wahamba ngesikhathi uSimakade ethumba uJuda neJerusalema ngesandla sikaNebukhadinezari.