1 Chronicles 6:31 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Nampa uDavide abamisela ukuhola ukuhlabelela endlini kaJehova, umphongolo usubekiwe khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Nampa abantu uDavide ababeka ukuba bahole ukuhlabelela endlini kaSimakade, ngesikhathi umphongolo usubekwe khona.