1 Corinthians 11:12 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngokuba njengalokhu owesifazane evela endodeni, kanjalo nendoda ivela ngowesifazane; kepha konke kuvela kuNkulunkulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngokuba njengalokhu owesifazane evela endodeni, kanjalo nendoda izalwa ngowesifazane, kodwa konke kuvela kuNkulunkulu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba njengalokhu owesifazane evela endodeni, kanjalo nendoda ivela ngowesifazane; kodwa zonke izinto zikaNkulunkulu.