1 Corinthians 11:17 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha nxa ngiyala ngalokho, anginibongi ukuthi nibuthana kungekukho okuhle kepha kukho okubi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha kulezi ziyalo ezilandelayo anginincomi, ngokuba uma nihlangana anihlanganeli okuhle, kepha okubi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kepha kulokhu enginitshela khona anginibongi ngokuba nibuthana kungekukho okuhle kepha kukho okubi kakhulu.