1 Corinthians 14:1 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Jongani uthando, futhi nizondelele iziphiwo zomoya, ikakhulu ukuba niprofethe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Phokophelani uthando, futhi nilangazelele iziphiwo zomoya, ikakhulu ukuba niphrofethe.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Landelani uthando, nithande iziphiwo zomoya, kodwa kakhulu ukuba niprofethe.