1 Corinthians 14:10 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kukhona izinhlobo noma zingahle zibe zingaki zokukhuluma ezweni, kepha alukho olungasho okuthile.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kungaba khona izinhlobo eziningi zezilimi emhlabeni, kodwa alukho nalunye olungasho okuthile.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kukhona, noma kungenzeka, imihlobo eminingi kangaka yokukhuluma emhlabeni, futhi akukho neyodwa kuzo engasho lutho.