1 Corinthians 14:12 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokunjalo nani, lokhu nishisekele iziphiwo zomoya, funani ukuba nibe nazo kakhulu, ukuze kwakheke ibandla.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokunjalo nani, njengalokhu nishisekela iziphiwo zomoya, phokophelani-ke ukuba nibe nazo kakhulu, ukuze kwakheke ibandla.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kanjalo nani, lokhu nishisekela iziphiwo zomoya, funani ukuba nibe nabengeziwe, kwakhiwe ibandla.