1 Corinthians 14:21 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Emthethweni kulotshiwe ukuthi: “Ngabantu bezinye izilimi, nangezindebe zabezinye izizwe ngiyakukhuluma kulesi sizwe; kepha noma kunjalo abayikungizwa,” kusho iNkosi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Emthethweni kulotshiwe ukuthi: “Ngezinye izilimi, nangezindebe zabanye, ngiyakukhuluma kulesi sizwe; kodwa noma kunjalo asiyukungizwa,” kusho iNkosi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kulotshiwe emthethweni ukuthi: “Ngabezinye izilimi nangezinye izindebe ngiyakukhuluma kulababantu; kepha nokho konke lokho abayikungizwa, isho iNkosi.