1 Corinthians 14:31 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ningaprofetha nonke abanye ngabanye, ukuze bafunde bonke, balulekwe bonke;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba ningaphrofetha nonke ngamunye ngamunye, ukuze bonke bafunde, futhi bakhuthazeke.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba ningaprofetha nonke ngabanye ngabanye, ukuze bonke bafunde, baduduzwe bonke.