1 Corinthians 14:9 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kanjalo nani, uma ningakhiphi izwi elichachileyo ngolimi, kuzakwaziwa kanjani okukhulunywayo na? Ngokuba niyakube nikhuluma emoyeni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kanjalo-ke nani uma nikhuluma ngezilimi umbiko ongacacile, ngubani oyokwazi ukuthi kuthiwani na? Ngokuba niyakuba nikhuluma emoyeni.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kanjalo nani, uma ningakhulumi ngolimi amazwi aqondakalayo, kuyokwaziwa kanjani okukhulunywayo na? ngoba lizakhulumela emoyeni.