1 Corinthians 15:37 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
futhi lokho okuhlwanyelayo awuhlwanyeli umzimba ozakuba khona kepha uhlamvu oluze, noma kungaba ngolukakolweni, noma kungaba ngolokunye;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lokho futhi okuhlwanyelayo awuhlwanyeli umzimba ozakuba khona, kodwa uhlwanyela uhlamvu oluze, noma ngabe ngolukakolo, noma ngolokunye.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nalokho okuhlwanyelayo, awuhlwanyeli umzimba oyakuba khona, kepha uhlamvu oluze, kungaba ngekakolweni noma ololunye;