1 Corinthians 15:44 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuhlwanyelwa kungumzimba wemvelo, kuvuswa kungumzimba womoya. Uma ukhona umzimba wemvelo, ukhona nowomoya.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuhlwanyelwa kungumzimba wemvelo, kuvuswa kungumzimba womoya. Uma ukhona umzimba wemvelo, ukhona nowomoya.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kuhlwanyelwa kungumzimba wemvelo; kuvuswa kungumzimba womoya. Kukhona umzimba wemvelo, futhi kukhona umzimba womoya.