1 Corinthians 15:6 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
emva kwalokho wabonwa ngasikhathi sinye ngabazalwane abadlula amakhulu ayisihlanu, iningi labo lisekhona nakalokhu, kepha abanye sebelele;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Emveni kwalokho, wabonwa ngabazalwane abangaphezu kwama-500 ngasikhathi sinye, iningi labo elisaphila namanje, kodwa abanye sebalala.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Emva kwalokho wabonwa ngasikhathi sinye kubazalwane abangaphezu kwamakhulu amahlanu; iningi labo lisekhona namanje, kepha abanye balele.