1 Corinthians 16:11 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngakho makungabikho omdelelayo. Nize nimphelekezele endleleni ngokuthula ukuba eze kimi, ngokuba ngimbhekile kanye nabazalwane.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngakho-ke makungabi bikho omedelelayo. Uma esehamba anomkhapha ngokuthula endleleni, ngokuba ngimlindele yena nabazalwane.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho makungabikho omdelelayo, kodwa mhambiseni ngokuthula, ukuze eze kimi, ngokuba ngimlindile kanye nabazalwane.