1 Corinthians 16:6 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha ngingahle ngihlale isikhathi kini, noma ngidlulise nobusika, ukuze ningiqhube lapho ngisuka ngiya khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Mhlawumbe kungenzeka ngihlale nani isikhathi esithile, noma kuze kwedlule ubusika, ukuze ningiqhube ohambeni lwami noma kuphi lapho ngiya khona.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
futhi mhlawumbe ngizahlala lani, yebo, lobusika, ukuze ningihambise loba ngaphi lapho engiya khona.