1 Corinthians 5:3 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba mina ngokwami, noma ngingekho ngomzimba, nokho ngikhona ngomoya, senginqumile ngokungathi ngikhona ngalowo muntu owenze okunjalo ukuba
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba mina, nakuba ngingekho phakathi kwenu ngokomzimba, kodwa ngikhona ngokomoya, futhi sengimahlulele lowo muntu okwenzileyo lokho, sengathi nami ngikhona lapho.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba mina, njengokuba ngingekho ngomzimba, kepha ngikhona ngomoya, sengahlulele owenze lesisenzo njengokungathi ngikhona;