1 Corinthians 6:2 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Anazi yini ukuthi abangcwele bayakwahlulela izwe na? Kepha uma izwe lahlulelwa yinina, anifanele ukunquma namacala amancane na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Anazi yini ukuthi abangcwele bayakuwehlulela umhlaba na? Kepha uma umhlaba wahlulelwa yinina, pho ningehlulwa yini ukukhipha izigwebo zamacala amancane na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Anazi yini ukuthi abangcwele bayakwahlulela izwe na? futhi uma izwe lahlulelwa yinina, anifanele ukwahlulela amacala amancane na?