1 Corinthians 7:10 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha abaganeneyo ngiyabayala, kungemina kodwa yiNkosi, ukuthi umfazi kangahlukani nendoda;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha kwabaganiweyo ngiyabayala, kodwa kungemina, kuyiNkosi, umfazi makangahlukani nendoda yakhe.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Labashadile ngiyabayala, kungemina kodwa yiNkosi, ukuthi umfazi makangahlukani nendoda;