1 Corinthians 7:17 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kuphela nje ukuba yilowo nalowo ahambe njengokuba iNkosi imabele, kube yilowo njengokuba uNkulunkulu embizile. Ngiyala kanjalo emabandleni onke.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kunye nje kuphela, ukuba yilowo nalowo ahambe njengalokhu iNkosi imabele, kube yilowo nalowo njengalokhu uNkulunkulu embizile. Ngiwayala kanjalo onke amabandla.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa njengalokho uNkulunkulu emabele yilowo nalowo, njengalokho iNkosi imbizile yilowo nalowo, makahambe kanjalo. ngiyala kanjalo emabandleni onke.