1 Corinthians 7:38 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kanjalo nowendisa indodakazi yakhe, wenza kahle; kepha ongayendisiyo wenza kahle kakhulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngakho-ke oganwa yintombi eyingoduso yakhe, wenza kahle, kodwa ongaganwa yiyo wenza kahle kakhulu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho-ke owendisayo wenza kahle; kodwa ongendisiyo wenza okungcono kakhulu.