1 Corinthians 9:12 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Uma abanye behlanganyela lawo mandla phezu kwenu, kungebe yithi kakhulu na? Nokho asilisebenzisanga lelo gunya, kepha sibekezela ngakho konke, ukuze singalithiyi ivangeli likaKristu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma abanye benaleli lungelo kini, pho thina asinalo yini eledlula elabo na? Nokho asilisebenzisanga leli gunya, kepha sibekezele ngakho konke, ukuze singalithiyi ivangeli likaKhristu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Uma abanye belamandla phezu kwenu, kasibi njalo thina kakhulu? Nokho asiwasebenzisanga lawo mandla; kodwa ubekezele ngakho konke, ukuze singalithiyi ivangeli likaKristu.