1 Corinthians 9:19 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba noma ngikhululekile kubo bonke, ngazenza isigqila sabo bonke, ukuze ngizuze abaningi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba nakuba ngikhululekile kubo bonke, kodwa ngazenza isigqila sabo bonke, ukuze ngizuze abaningi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba noma ngikhululekile kubo bonke, nokho ngizenze isigqila sabo bonke, ukuze ngizuze abaningi.