1 Kings 11:26 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJerobowamu indodana kaNebati wakwa-Efrayimi waseSereda, inceku kaSolomoni, ogama likanina lalinguSeruya, umfelokazi, naye waphakamisela enkosini isandla sakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJerobhowamu, indodana kaNebhathi wakwa-Efrayimi waseZereda, unina okwakunguZeruya umfelokazi, incekukazi kaSolomoni, wamelana nenkosi.