1 Kings 11:34 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“ ‘Nokho angiyikususa wonke umbuso esandleni sakhe, kepha ngiyakumenza abe yisikhulu zonke izinsuku zokuhamba kwakhe ngenxa kaDavide inceku yami engamkhethayo, owagcina imiyalo yami nezimiso zami;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“ ‘Kepha angiyukuwususa wonke umbuso esandleni sakhe; ngiyomenza umbusi zonke izinsuku zokuphila kwakhe ngenxa kaDavide, inceku yami, engamkhetha, yena wayigcina imiyalo yami nezimiso zami.