1 Kings 13:21 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
wamemeza kulowo muntu kaNkulunkulu owavela kwaJuda, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Njengokuba ungalilalelanga izwi likaJehova, ungagcinanga umyalo uJehova uNkulunkulu wakho akuyala ngawo,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
wamemeza kulowo muntu kaNkulunkulu owayevele kwaJuda, wathi: “Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Njengoba ungalalelanga izwi likaSimakade, ungawugcinanga umyalo uSimakade uNkulunkulu wakho akuyala ngawo,