1 Kings 13:31 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi esemmbele, wakhuluma kumadodana akhe, wathi: “Lapho sengifile, ngimbeleni ethuneni embelwe kulo lowo muntu kaNkulunkulu, nibeke amathambo ami eceleni kwamathambo akhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi esemngcwabile, wathi kumadodana akhe: “Lapho sengifile ningingcwabe ethuneni okungcwatshwe kulo umuntu kaNkulunkulu, amathambo ami niwabeke eceleni kwawakhe.