1 Kings 14:6 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi lapho u-Ahiya ezwa izigqi zezinyawo zakhe ekungeneni kwakhe emnyango, wathi: “Ngena, mkaJerobowamu; uzishayelani omunye; mina ngithunyiwe kuwe nginendaba elukhuni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi lapho u-Ahiya ezwa izigi zezinyawo zakhe engena emnyango, wathi: “Ngena mkaJerobhowamu; uzishayelani sengathi ungomunye umuntu? Mina ngithunywe kuwe udaba olulukhuni.