1 Kings 16:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngomnyaka wamashumi amabili nesithupha ka-Asa, inkosi yakwaJuda, u-Ela, indodana kaBahasha, waqala ukubusa phezu kuka-Israyeli eTirisa, wabusa iminyaka emibili.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngonyaka wama-26 wokubusa kuka-Asa, inkosi yakwaJuda, u-Ela, indodana kaBhahasha, waba yinkosi kwa-Israyeli eThiriza; wabusa iminyaka emibili.