1 Kings 2:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Kepha yiba nomusa kumadodana kaBarizilayi wakwaGileyadi, abe khona phakathi kwabadla ngasetafuleni lakho, ngokuba enza kanjalo kimi mhla ngabalekela u-Abisalomu umfowenu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Kepha ube nomusa kumadodana kaBharizilayi wakwaGileyadi, abe phakathi kwabadla ngasefatuleni lakho, ngokuba enza kanjalo kimi, mhlazana ngibalekela u-Absalomu, umfowenu.