1 Kings 20:15 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesebala izinsizwa zezikhulu zezifunda, zazingamakhulu amabili namashumi amathathu nambili; emva kwazo wabala abantu bonke, bonke abantwana bakwa-Israyeli, beyizinkulungwane eziyisikhombisa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wayesehlanganisa izinsizwa zezikhulu zezifunda; zazingama-232. Emva kwazo wahlanganisa abantu bonke; abakwa-Israyeli babeyizi-7 000.