1 Kings 22:45 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ezinye izindaba zikaJehoshafati, namandla awabonakalisayo, nokulwa kwakhe, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ezinye izindaba zikaJehoshafathi, amandla awabonakalisa, nokulwa kwakhe, akulotshiwe yini encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?