1 Kings 22:52 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wenza okubi emehlweni kaJehova, wahamba ngendlela kayise, nangendlela kanina, nangendlela kaJerobowamu indodana kaNebati ayonisile u-Israyeli.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wenza okubi phambi kukaSimakade, wahamba ngendlela kayise, ngekanina, nangekaJerobhowamu, indodana kaNebhathi, onisa ngayo u-Israyeli.