1 Kings 7:36 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ezibhebheni zezimbambelela zakho nasezindinini zakho waqopha amakherubi,* nezingonyama, namasundu njengendawo yakho konke ngakunye, kanye nemigexo yezimbali nxazonke.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kulezo zindawo ezingezokuwuthwala nasemiphethweni kwakuqoshwe amakherubhi, izingonyama, namasundu lapho kwakunendawo khona, kukhona nemigexo yezimbali nxazonke.