1 Kings 7:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Indlu yakhe lapho ebeyakuhlala khona kwelinye igceke phakathi kompheme yayenziwe kanjalo. Wenzela nendodakazi kaFaro abeyithathile uSolomoni indlu eyafana nalwo mpheme.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Isigodlo sakhe lapho ayezohlala khona, kwelinye igceke ngaphakathi komphemegumbi, sasakhiwe ngendlela efanayo. Isigodlo uSolomoni asakhela indodakazi kaFaro eyayimganile, sasakhiwe njengalowo mphemegumbi.