1 Kings 8:47 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha bese becabanga ezweni lapho bethunjelwe khona, baphenduke, banxuse kuwe ezweni lababathumbayo ngokuthi: ‘Sonile, senzile ngokuphambeneyo, saziphatha kabi;’
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kepha bese ubuya umqondo wabo besezweni abathunjelwe kulo, baphenduke, bakunxuse besezweni lababathumbileyo bathi: ‘Sonile, senze okungalungile, senze okubi;’