1 Peter 4:6 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ngalokho ivangeli lashunyayelwa nakwabafileyo, ukuze bahlulelwe ngokwabantu enyameni kepha baphile ngokukaNkulunkulu emoyeni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngenxa yalokho-ke, ivangeli lashunyayelwa nakwabafileyo, ukuba bahlulelwe ngokwabantu emzimbeni, kodwa baphile ngokukaNkulunkulu emoyeni.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngoba ngenxa yalokhu ivangeli latshunyayelwa lakwabafileyo, ukuze bahlulelwe ngokwabantu enyameni, kodwa baphile ngokukaNkulunkulu emoyeni.