1 Samuel 21:5 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UDavide wamphendula umpristi, wathi: “Impela abesifazane bavinjelwe kithina ngalezi zinsuku; izinto zezinsizwa zazingcwele ekuphumeni kwami; noma kuyindlela evamileyo nje, izinto zazo zisengcwele nanamuhla.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UDavide wamphendula umphristi, wathi: “Impela abesifazane abavunyelwe ukuza kithi kulezi zinsuku; izitsha zezinsizwa zazingcwele lapho ngiphuma nazo; noma lolu kuluhambo olungengcwele, izitsha zazo zisengcwele nanamuhla.”