1 Samuel 21:8 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UDavide wathi ku-Ahimeleki: “Akukho lapho phansi kwesandla sakho umkhonto noma inkemba na? Ngokuba angifikanga nenkemba yami nezikhali zami, ngokuba udaba lwenkosi lwalusheshisa.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UDavide wayesebuza u-Ahimelekhi, ethi: “Akukho mkhonto noma inkemba lapha na? Angifikanga nenkemba yami noma izikhali zami, ngoba udaba lwenkosi luyaphuthuma.”