1 Samuel 28:20 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
USawule wayesewela phansi ngekhanda, wesaba kakhulu ngenxa yamazwi kaSamuweli, akwabakho mandla kuye, ngokuba akadlanga lutho ngosuku lonke nobusuku bonke.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuphazima kweso, uSawule wayesewa walala cu emhlabathini, wesaba kakhulu ngenxa yamazwi ayeshiwo nguSamuweli. Akabanga namandla, ngoba wayengakaze akuthi mbibi ukudla lonke lolo lusuku nobusuku bonke.