1 Samuel 29:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngalokho vuka ekuseni kusasa kanye nezinceku zenkosi yakho ezifike nawe; senivukile ekuseni kusasa, sekukhanya, hambani.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngakho-ke vuka ngovivi kusasa, wena nezinceku zenkosi yakho ezifike nawe. Sukani ekuseni kakhulu lapho sekuqala ukukhanya, nihambe.”