1 Samuel 29:8 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho, kusukela osukwini engaba phambi kwakho ngalo kuze kube namuhla, ukuba ngingayi ukulwa nezitha zenkosi yami, inkosi, na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Utholeni encekwini yakho, kusukela osukwini engafika ngalo kuwe kuze kube namuhla, ukuba ngingaphumi ukuyokulwa nezitha zenkosi yami, inkosi na?”