1 Samuel 9:5 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sebefikile ezweni laseSufi, uSawule wathi kuyo inceku yakhe eyayinaye: “Woza sibuye, funa ubaba aziyeke izimbongolo, enqene ngathi.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi lapho befika eZufi, uSawule wathi encekwini yakhe eyayihamba naye: “Woza, siphindele emuva, funa ubaba ayeke ukukhathazeka ngezimbongolo, bese ekhathazeka ngathi.”