1 Thessalonians 2:11 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
njengokuba nazi ukuthi saniphatha abanye ngabanye njengoyise ephatha abantwana bakhe,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Niyazi futhi ukuthi yilowo nalowo kini samphatha njengalokhu uyise ephatha abantwana bakhe;
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Njengalokhu nazi ukuthi sasiniyala, siniduduza, siyala yilowo nalowo kini njengoyise ebantwaneni bakhe;