1 Thessalonians 4:10 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
nempela niyakwenza lokho kubo bonke abazalwane abaseMakedoniya lonke. Kepha siyaniyala, bazalwane, ukuba nivame nokuvama kulokho,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Lokho niyakukwenza kubo bonke abazalwane abakulo lonke elaseMakhedoniya. Nokho bazalwane, siyanigqugquzela ukuba lokho nikwenze kakhulu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nempela niyakwenza lokho kubo bonke abazalwane kulo lonke elaseMakedoniya;