2 Chronicles 18:34 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ukulwa kwaqina ngalolo suku; inkosi yakwa-Israyeli yasekelwa enqoleni yayo malungana nama-Aramu kwaze kwaba kusihlwa, yafa ngesikhathi sokushona kwelanga.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Impi yashisa ngalolo lusuku. Inkosi bayibeka enqoleni yayo maqondana ne-Aramu, kwaze kwaba kusihlwa, yakhothama ngesikhathi sokushona kwelanga.