2 Chronicles 2:18 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kubona wamisa izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa ukuba bathwale imithwalo, nezinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili ukuba babe ngababazi ezintabeni, nezinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha ukuba babe ngababonisi bokusebenzisa abantu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wabeka kubo abayizi-70 000 ukuba bathwale imithwalo, abayizi-80 000 ukuba babe ngababazi bamatshe ezintabeni, nabayizi-3 600 ukuba bengamele abantu abasebenzayo.