2 Chronicles 20:26 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngosuku lwesine babuthana esiGodini saseBerakha,* ngokuba bambonga uJehova khona; ngalokho igama laleyo ndawo labizwa ngokuthi isiGodi saseBerakha kuze kube namuhla.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngosuku lwesine babuthana esiGodini iBherakha, bambonga lapho uSimakade. Igama laleyo ndawo labizwa ngokuthi yisigodi iBherakha, kuze kube namuhla.